Kudutshulwe umfana,7, kubanjwa iloli yezinkwa

Cape Town –Izakhamuzi zaseNyanga zisashaqekile ngesigameko sokudubula kulandela ukubanjwa kweloli yesinkwa lapho kulimale khona izingane eziyisikhombisa.

Amaphoyisa aphenya icala lokubulala kanye nayisikhombisa okuzama ukubulala ngemuva kwesigameko sangeSonto ngo-3 ekuseni e Zwelitsha, Nyanga.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe ababili kulandela ukudutshulwa kwengane, 6

Izisulu ezilimele ziphakathi kweminyaka engu-15 kuya ku-17. Ngokusho kukaKaputeni FC van Wyk: “Baphuthunyiswe esibhedlela ngamanxeba okudutshulwa kodwa ngeshwa kushone oyedwa.”

Kusaphenywa ngezehlakalo eziholele kulesi simo, kodwa usihlalo we-CPF uMartin Makasi ozibonele ngokwakhe kubanjwa iloli kanti onogada bavulele ngenhlamvu kulezi zingane, kubika iCape Argus.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10286 votes
It's four more years for Trump
53% - 11502 votes
Vote
ZAR/USD
16.40
(-0.34)
ZAR/GBP
21.20
(+0.28)
ZAR/EUR
19.14
(+0.45)
ZAR/AUD
11.52
(+0.19)
ZAR/JPY
0.16
(+0.08)
Gold
1866.20
(-0.69)
Silver
23.23
(-0.76)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2197.00
(-2.51)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo