Kugqugquzelwa uxolo ehostela lezigemegeme eThekwini

Durban -  IKomidi eliPhezulu esifundazweni sakwaZulu-Natal lisungule iThimba elizokhuthaza uXolo nokubuyisana eGlebelands.

Ngokwemibiko yeNewswatch, ngenyanga edlule kwaboshwa abantu abaningi kule ndawo ngemizamo yokunqanda udlame.

Lokhu kulandela imizamo eminingi kahulumeni yokungenelela kwaze kwasungulwa nethemba elikhethekile elizosebenzisana namaphoyisa.

OLUNYE UDABA:Usale ekhexile uBen-10 edla phansi nezinkulungwane zemali yomhlala-phansi

Okhulumela ihhovisi likaNdunankulu uNdabezinhle Sibiya uthe leli komidi lizoba nezingxoxo nomphakathi zokugqigquzela ukuthula kule ndawo.

"Iziphathimandla zezomthetho zizobe zisiqaphe ngawokhozi isimo ukuqinisekisa ukuthi aluqali phansi udlame oluhambisana nezombusazwe,"kusho uSibiya.




We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6759 votes
It's four more years for Trump
54% - 7875 votes
Vote
ZAR/USD
16.20
(+0.80)
ZAR/GBP
21.19
(+1.17)
ZAR/EUR
19.15
(+1.08)
ZAR/AUD
11.53
(+0.68)
ZAR/JPY
0.15
(+0.98)
Gold
1904.18
(-0.89)
Silver
24.65
(-1.13)
Platinum
886.00
(+0.28)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2372.67
(-0.02)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo