Kugwetshwe usomabhizinisi ngokutholakala nogwayi ongekho emthethweni

Johannesburg - Ugwetshwe iminyaka emihlanu usomabhizinisi waseKapa, u-Owen Keyser, yiNkantolo yeMantshi yaseMitchells Plain eCape Flats ngecala lokukhwabanisa ngemuva kokutholakala namaphakethe kagwayi ongekho emthethweni angaphezulu kuka-40 000.

Isigwebo sikaKeyser silengiswe iminyaka emihlanu ngombandela yokuba akhokhe u-R434 000 kwiCriminal Assets Recovery Account.

UKeyser uphinde wagwetshwa izinyanga ezingu-36 okuyisigwebo esibandakanya ukuboshwa endlini noma avele njalo emaphoyiseni aseMitchells Plain.

Funda nalolu daba: Kuthiwa abayeke ukulala iziguli abelaphi bendabuko

Amaphoyisa abamba uKeyser oqotsheni ehambisa ugwayi ongekho emthethweni nephoyisa elalingawugqokile umfaniswano wamaphoyisa, uJerome Hendrick, eBeaufort-West.

Okhulumela i-NPA, u-Eric Ntabazalila, uthi icala elibhekene noWarrant Officer Hendriks lizoqhubeka eNkantolo yeMantshi yaseMitchells Plain ngomhlaka 8, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2442 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1749 votes
No, I don't think they need it
37% - 2433 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.16)
ZAR/GBP
21.02
(-0.23)
ZAR/EUR
18.22
(-0.19)
ZAR/AUD
11.62
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.54)
Gold
1734.50
(+0.02)
Silver
26.67
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo