Kugxekwe iGagasi ngokuqhubeka nokudlala ingoma kaBabes Wodumo

Durban – Inhlangano yabafundi iCosas isigxibhe isenzo seGagagsi sokudidiyela kuTop 100 yayo ingoma kaBabes Wodumo ethi Mercedes.

UMengameli weCosas uZama Khanyase uthi lokhu kutshengisa ngokusobala ukuthi lesi siteshi somsakazo sikhuthaza ukudliwa kwezidakamizwa ngoba siqhubeka nokudlala le ngoma, kubika iSolezwe ngoMgqibelo.

Ukuvela kwale ngoma kwavusa omkhulu umsindo njengoba abaningi babekhala ngokuthi ikhuthaza ukudliwa kwezidakamizwa, ezidume ngomgwinyo.

OLUNYE UDABA: Bengingazi ukuthi kunesidakamizwa esibizwa ngeMercedes nesibizwa ngeMusic: Babes Wodumo

“Uma le ngoma igcine idle umhlanganiso kuyosho ukuthi umyalezo wayo uyofinyelela kalula kubantu abasha kuphinde kugqugquzele nokudliwa kwezidakamizwa,” esho.

Ube esebonga uKhozi FM ngokuvala le ngoma emoyeni.

Okhulumela iGagasi, uKhulekani Shandu, uthe: “Akukho okubambekayo okutshengisa ukuthi iculo likaBabes ligqugquzela ukudliwa kwezidakamizwa.”

Inkampani aqopha ngaphansi kwayo uBabes, iWest Ink, isamile kwelokuthi lo mculi ocula ngemoto yamaphupho akhe okuyiMercedes Benz.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6319 votes
It's four more years for Trump
54% - 7431 votes
Vote
ZAR/USD
16.27
(+0.30)
ZAR/GBP
21.41
(+0.15)
ZAR/EUR
19.32
(+0.20)
ZAR/AUD
11.59
(+0.13)
ZAR/JPY
0.16
(+0.11)
Gold
1920.10
(-0.06)
Silver
24.96
(+0.09)
Platinum
890.00
(+0.79)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2410.00
(+1.07)
All Share
54809.98
(-0.97)
Top 40
50387.99
(-1.02)
Financial 15
10125.10
(-0.13)
Industrial 25
74013.68
(-0.76)
Resource 10
53601.66
(-1.55)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo