Kuhlengwe obezokwenziwa umqwayizi eKapa

Cape Town - Kuhlengwe owesifazane obezophoqwa ukuba abengumwayiz ngemuva kokuyengelwa eKapa ngokuthenjiswa umsebenzi, kusho iziphathimandla zaseKapa ngoMsombuluko.

Abaphoyisa edolobha abematasa eqhuba umsebenzi wawo eBellville ngoMgqibelo ngesikhathi bethola owesifazane oneminyaka engu-24 ubudala, kusho uJP Smith oyilungu lekomidi lemeya.

OLUNYE UDABA: Uzonxeshelelwa ngezinkulungwane owaboshwa kungafanele

Lo wesifazane ugcinwe endawnei ephephile kanti udaba lon aludluliselwe emaphoyiseni ophiko loKlebe ukuze ezophenya.

Okhulumela amaphoyisa ophiko loKlebe eWestern Cape uCaptain Lloyd Ramovha uthe udaba belungakafiki kubo.

"Ngeshwa udaba lalo wesifazane akusilo luyefana nezinye izigameko ezivelela intsha okufanele bayibhekisise imisebenzi abafesa kuyo ikakhulukazi uma ikwelinye idolobha," kusho uSmith.

"Futhi kufanele baqinisekise ukuthi imindeni yabo iyazi la abakhona ngaso sonke isikhathi ngenhloso yokuphepha."

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7023 votes
It's four more years for Trump
54% - 8130 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(-0.20)
ZAR/GBP
21.20
(-0.06)
ZAR/EUR
19.19
(-0.22)
ZAR/AUD
11.58
(-0.24)
ZAR/JPY
0.15
(-0.29)
Gold
1909.86
(+0.27)
Silver
24.75
(+0.29)
Platinum
889.00
(+1.12)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2368.00
(+0.55)
All Share
55283.39
(+0.89)
Top 40
50726.74
(+0.89)
Financial 15
10444.18
(+0.65)
Industrial 25
74822.93
(+0.93)
Resource 10
53311.49
(+0.93)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo