Kuhlukene imibono ngenyuvesi efuna kufundwe ngesiNgisi

Akusibona bonke ababone okuhle ngokubuyekezwa kwenqubomgomo yezilimi okwenze isiNgisi kwaba ulimi lokufundisa eNyuvesi yaseStellenbosch.

Le nyuvesi ibifundisi ngolimi lwesiBhunu iminyaka eminingi, kodwa kugcwala kwabafundi abansundu kule nyuvesi konyaka odlule kugudlule ulimi lwesiBhunu.

OLUNYE UDABA:Inyuvesi isizobaqasha ngokugcwele abasebenzi

Umkhandlu wale nyuvesi usunqume ukubuyekeza inqubomgomo yezilimi yale nyuvesi lapho kwenziwe izinguquko kulaba abasanothando lokufunda ngesiBhunu kodwa kwavulwa ithuba nakulabo abanothando lokufunda ngesiNgisi.

UThisha omkhulu kule nyuvesi uPhrofesa Wim De Villiers uthe:''Sifuna ukugxika kuzo zonke izinhlaka zokufund ngakhoke lokhu akugcini kuphela emakilasini ngoba kuthinta izifundo ezengeziwe, izingqungquthela ezibanjwayo kule nyuvesi kanye nezokuxhumana ngobuchwepheshe bamakhompyutha.

Yize kunjalo oyiStellenbosch SRC James De Villiers usamukele lesi sinqumo somkhandlu ngokuthi sibafaka emzileni ofanelekile.

Abanye abantu abafana noProfesa Herman Giolimeeowayeyilunga lo mkhandlu wale nyuvsi uthe uphoxekile ngalokhu ngoba kwehlisa usiko lwesiBhunu nokuyinto ebingumgogodla wale nyuvesi, kubika iSABC.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7042 votes
It's four more years for Trump
54% - 8145 votes
Vote
ZAR/USD
16.18
(-0.05)
ZAR/GBP
21.19
(-0.00)
ZAR/EUR
19.17
(-0.15)
ZAR/AUD
11.58
(-0.24)
ZAR/JPY
0.15
(-0.17)
Gold
1910.75
(+0.32)
Silver
24.78
(+0.42)
Platinum
889.00
(+1.02)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2371.00
(+0.65)
All Share
55302.74
(+0.92)
Top 40
50740.30
(+0.92)
Financial 15
10468.17
(+0.89)
Industrial 25
74807.05
(+0.91)
Resource 10
53306.44
(+0.92)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo