Kulashwe izibopshwa ezingu-36 ngemuva kokusha ejele laseGauteng

Johannesburg - Kulimale iziboshwa ezingu-36 ngemuva komlilo obusejele laseLeeuwkop, kusho abosizo lokuqala eGauteng ngoLwesihlanu.

Lesi sigameko senzeke ngoLwesihlanu ngezithuba zabo-14:00, kusho okhulumela iNetcare911 u-Athlenda Mathe esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Kulimale iziboshwa ejele eFree State

UMathe uthe imibiko yasesigamekweni iveza ukuthi kulimale kanzima iziboshwa ezimbili.

Uthe abosizo lokuqala bebesendaweni yesigameko belapha iziboshwa ezilimele nezihogele intuthu.

Ezinye iziboshwa ebezixineke kakhulu ziphuthunyiswe ezibhedlela ezehlukene eGoli, usho njalo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6633 votes
It's four more years for Trump
54% - 7724 votes
Vote
ZAR/USD
16.30
(+0.23)
ZAR/GBP
21.36
(+0.40)
ZAR/EUR
19.28
(+0.42)
ZAR/AUD
11.58
(+0.23)
ZAR/JPY
0.16
(+0.14)
Gold
1905.90
(-0.79)
Silver
24.69
(-0.97)
Platinum
867.00
(-1.86)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2362.50
(-0.92)
All Share
54922.08
(-0.77)
Top 40
50433.31
(-0.93)
Financial 15
10286.66
(+1.46)
Industrial 25
74317.59
(-0.35)
Resource 10
53195.85
(-2.30)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo