Kulimale 11 isitimela sishayisa iloli eThekwini

Durban – Kulimale abantu abangu-11 ngoLwesihlanu ngesikhathi isitimela sishayisa iloli eNorthdene ngasePinetown, kusho abosizo lokuqala.

Okhulumela iRescue Care uGarrith Jamieson uthe abosizo lokuqala baphuthume kweyesehlakalo kuFairfield Road eNorthdene.

Funda nalolu daba: UZuma uthi akubuyekezwe amalayisense amathaveni asondelene nezikole

"Ngesikhathi abosizo lokuqala befika endaweni yesehlakalo bathole isitimela sishayisane neloli. Abashayeli ababili besitimela, kanye nabagibeli, bathole ukulimala. Abosizo lokuqala endaweni yesehlakalo belaphe abalimele ngaphambi kokuba baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene eThekwini. Umshayeli weloli akalimalanga.”

UJamieson uthe bekungakacaci ukuthi ingozi ibangelwe yini, kodwa amaphoyisa asasendaweni yesehlakalo, ayaphenya.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10297 votes
It's four more years for Trump
53% - 11517 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo