Kulimale 15 kugingqika itekisi

Johannebsurg - Kulimale abantu abangu-15 ngesikhathi itekisi igingqika ku-R59 ngakuSwartkoppies Road e-Alberton ekuseni ngoLwesine, ngokwesitatimende sabakwa-ER24.

Okhulumela abakwa-ER24 uChitra Bodasing uthe ngesikhathi abosizo lokuqala nabezicimamlilo befika kweyesehlakalo, itekisi ibibheke phezulu eceleni komgwaqo.

“Abanye abalimele bebezulazula endaweni yesehlakalo, abanye belele phansi.”

Funda nalolu daba: Akucaci ukuthi ngabe atelekile yini amaphoyisa aseGoli

Izisulu zilimale ngezindlela ezingafani, kanti zonke ziphuthunyiswe ezibhedlela ezisendaweni ukuze zithole ukwelashwa okunzulu.

Umshayeli wetekisi uthole ukulimala okungatheni.

UBodasing uthe iziphathimandla ziphenya ngembengela yesehlakalo.

- ANA

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7143 votes
It's four more years for Trump
54% - 8244 votes
Vote
ZAR/USD
16.22
(-0.26)
ZAR/GBP
21.19
(+0.03)
ZAR/EUR
19.21
(-0.33)
ZAR/AUD
11.58
(-0.29)
ZAR/JPY
0.15
(-0.21)
Gold
1910.56
(+0.31)
Silver
24.76
(+0.33)
Platinum
899.00
(+2.10)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2370.06
(+0.59)
All Share
55439.63
(+1.17)
Top 40
50823.31
(+1.09)
Financial 15
10532.96
(+1.51)
Industrial 25
74945.12
(+1.10)
Resource 10
53293.86
(+0.90)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo