Kulimale kabi owesimame kushayisana izimoto ku-M7

Durban - Bahlanu abantu abalimele kanti uyedwa osesimweni esibucayi kakhulu kulandela ingozi okushayisane kuyo izimoto ezimbili eThekwini.

Ngokwemibiko yeNewswatch, le ngozi yenzeke emgwaqeni u-M7 ngasebhulohweni iBellville, ngoLwesithathu ekuseni.

Imbangela yale ngozi ayikacaci kakhe kodwa kukholakala ukuthi imoto ihlulekile ukubhuleka yangena le enye ngemuva.

OLUNYE UDABA:Kulimale isalukazi kudubulana imigulukudu

“Bane abantu abebevaleleke emotweni eyodwa kanti umshayeli wemoto yesibili uphuthunyiswe esibhedlela esesimweni esibucayi kakhulu,” kusho uGarrith Jamieson okhulumela abosizo lokuqala.

Lo mgwaqo ubuvaliwe isikhashana njengoba abosizo lokuqala bebesazama ukukhipha abalimele ezimotweni bese kuhlanzisiswe nomgwaqo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7037 votes
It's four more years for Trump
54% - 8143 votes
Vote
ZAR/USD
16.18
(-0.05)
ZAR/GBP
21.19
(-0.00)
ZAR/EUR
19.17
(-0.15)
ZAR/AUD
11.58
(-0.24)
ZAR/JPY
0.15
(-0.17)
Gold
1910.75
(+0.32)
Silver
24.78
(+0.42)
Platinum
889.00
(+1.02)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2371.00
(+0.65)
All Share
55302.74
(+0.92)
Top 40
50740.30
(+0.92)
Financial 15
10468.17
(+0.89)
Industrial 25
74807.05
(+0.91)
Resource 10
53306.44
(+0.92)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo