Kulindeleke amakhulu abantu kweye-ANC eDBN

Johannesburg – Angu 400 amalungu e-African National Congress okulindeleke abuthane eMoses Mabhida stadium lapho kuzobanjwa khona ingqunguthela yokukhetha ubuholi ngaphansi kwesifunda saseThekwini ngoMgqibelo, kusho iqembu.

Ingqunguthela, obekulindeleke iqale ngo-09:00, ibingakaqali namanje, kusho unobhala weqembu esifundazweni, uSuper Zuma.

Ingqungquthela kulindeleke ivulwe usihlalo weqembu esifundazweni, uSihle Zikalala.

Funda nalolu daba: Usesimeni esibucayi oshayiswe elikaphethiloli eThekwini

Lena yimizamo yesine yokubamba ingqungquthela kulesi sifunda.

Umbango wesikhundla sikasihlalo uphakathi kukaJames Nxumalo noZandile Gumede, bobabili bangamalungu ekomidi eliphezulu kumkhandli waseThekwini.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5401 votes
It's four more years for Trump
54% - 6416 votes
Vote
ZAR/USD
16.46
(+0.28)
ZAR/GBP
21.30
(+0.38)
ZAR/EUR
19.47
(-0.16)
ZAR/AUD
11.61
(+0.32)
ZAR/JPY
0.16
(+0.32)
Gold
1909.81
(+0.37)
Silver
24.74
(+5.75)
Platinum
873.71
(+2.49)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2394.00
(+3.21)
All Share
55271.75
(+0.20)
Top 40
50851.62
(+0.22)
Financial 15
9956.35
(-0.22)
Industrial 25
75567.07
(+1.08)
Resource 10
53788.16
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo