'Kumele aphendule uNgqongqoshe ngokufeyila kwabafundi eKZN'

Durban – UNgqongqoshe woMnyango wezemfundo KwaZulu-Natal kumele aphendule ngokwehla kwezinga lokuphasa kwabafundi bamatikuletsheni, nangokwehluleka ukubhekana nodaba lokugcwala ngokweqile kwamagumbi okufunda, kusho inyunyana yothisha iNatu ngoLwewsithathu.

"Kudingeka ubuholi bonke bubhekisiswe,” kusho okhulumela iNational Teachers Union u-Alan Thompson ekhuluma nezintatheli eThekwini.

Funda nalolu daba: Yaphenduka inhlekisa indoda eyayibelethe ingane esitolo

Ugxeke inhloko yoMnyango wesifundazwe uNkosinathi Sishi nongqongqoshe wezefundo uPeggy Nkonyeni ngokwehluleka ukubhekana nenkinga yokushoda kothisha esifundazweni.

“Isifundazwe akubonakali sizimisele ngokufuna ukwehlisa isibalo sabafundi abaningi abafundela egunjini elilodwa. Njengamanje, abanye abafundi bafunda bengu-80 egunjini elilodwa.”

Lehle ngo-9% lafinyelela ku-60.7%  izinga lokuphasa kwabafundi bamatikuletsheni ngo-2015.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7786 votes
It's four more years for Trump
53% - 8941 votes
Vote
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo