Kumiswe umphathi wesibhedlela ngokushona kwesiguli

Johannesburg – UMnyango wezeMpilo esifundazweni iLimpopo simise umphathi wesibhedlela ngemuva kokushona kwesiguli.

Isiguli esineminyaka engu-83 ubudala sishonile kulandela izinsolo zokungaphathwa kahle esibhedlela i-Elim.

UMnyango uqoke ithimba elizophenya ngalesi sigameko kanye nangezinsolo eziveziwe ngalesi siguli esingene esibhedlela sinamanxeba okusha.

OLUNYE UDABA:Sishintshe uMnyango isikhulu 'esabanjwa ocansini' nesisebenzi

"Umphathi usamisiwe emsebenzini njengoba kunguyena umuntu obhekelele ukuphepha kanye nokunakekelwa kwezigulu," kusho isitatimende.

Lo Mnyango uqhubeke wathi uzoqinisekisa ukuthi nabanye abathintekayo kulesi sigameko bazoqondiswa izigwegwe.

UNgqongqoshe wezeMpilo kulesi sifundazwe uPhophi Ramathuba uzohambela umndeni kamufi ngoLwesihlanu.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 957 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1807 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9951 votes
Vote
ZAR/USD
15.10
(+0.01)
ZAR/GBP
20.23
(-0.03)
ZAR/EUR
18.02
(-0.06)
ZAR/AUD
11.12
(+0.06)
ZAR/JPY
0.14
(-0.08)
Gold
1810.57
(+0.14)
Silver
23.42
(+0.37)
Platinum
968.49
(+0.96)
Brent Crude
48.73
(+1.57)
Palladium
2377.99
(+2.43)
All Share
57742.19
(-0.03)
Top 40
52940.79
(-0.20)
Financial 15
11641.10
(-0.29)
Industrial 25
79835.50
(-0.36)
Resource 10
52605.42
(+0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo