Kunukubezwe intombazane endaweni yokungcebeleka eThekwini

Durban – Usuku lwenjabulo nabangani luphenduke lwamuncu ngesikhathi intombazane inukubezwa ngokocansi ezindlini zangasese eMitchell Park eMorningside, eThekwini.

Intombazane eneminyaka engu-16 ubudala iye endlini yangasese, kanti kuzoqhamuka owesilisa ovele wayidonsa ngezinwele, eyibeke ummese emqaleni.

Ngaleso sikhathi, kuthiwa lona wesilisa ubelokhu eyifaka isandla esithweni sangasese.

Ube esephazanyiswa ngabantu abasebenza kule ndawo, wabaleka.

OLUNYE UDABA: Izigebengu zicindezele i-alarm ngephutha zizama ukubaleka

Umama wengane, elingeke lidalulwe igama lakhe, uthe bajwayele ukuya kule ndawo uma benamaphathi.

Intombazane ithi ifuna ubulungiswa, akumele abantu abenza njena baphunyuke bengajeziswanga.

Okwamanje le ntombazane ithola ukwelulekwa ngokwengqondo ukubhekana nesimo.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane uthi bazokwenza uphenyo uma sekuvulwe icala.

- POST

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10298 votes
It's four more years for Trump
53% - 11518 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo