Kunukwa ubaba wekhaya ngokubulala umkakhe nezingane

Johannesburg – Amaphoyisa aphenya imbangela yokubulawa kowesifazane waseVanderbijlpark nezingane zakhe ezimbili esezikhulile, kanti kusolwa ubaba wekhaya.

Lo mama, indodana, 14, nendodakazi, 17, badutshulwe bashona ezintatha ngoLwesine.

Umsolwa, 39, uchithe ubusuku esitokisini ngemuva kokuthi amaphoyisa ebe nokusola ngendlela abephendula ngayo ngesikhathi ehlonywa imibuzo.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe isihlobo ngokubulala umndeni

Le ndoda iqale yathi kungene izigebengu ezimbili zabulala umndeni yona ikwesinye isakhiwo, esinye sezigebengu sawisa isibhamu sesibaleka.

Ube eseboshwa ngesikhathi amaphoyisa esola ukuthi nguye obulale umndeni wakhe kulandela izitatimende ebeziphikisana.

Owamaphoyisa uTsheliso Mofokeng uthe umsolwa uzovela enkantolo kungekudala.

Amaphoyisa ashaqe izibhamu ezimbili ezingekho emthethweni ezitholwe kule ndoda.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6721 votes
It's four more years for Trump
54% - 7822 votes
Vote
ZAR/USD
16.21
(+0.76)
ZAR/GBP
21.21
(+1.09)
ZAR/EUR
19.18
(+0.93)
ZAR/AUD
11.52
(+0.70)
ZAR/JPY
0.15
(+0.92)
Gold
1900.89
(-1.06)
Silver
24.57
(-1.48)
Platinum
877.51
(-0.54)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2389.99
(+0.28)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo