Kuphele kabi koshiye umkakhe eyohlala nentombi

Shaka's Kraal -  Owesilisa unqume ukuthatha impilo yakhe neyentombi ngoba engafuni ukuhlukana nayo, kubika iLANGA.

UFrance Xulu ubesewushiyile umuzi wakhe esehlala nentombi uNothando Mlondo futhi engazimisele ukuhlukana nayo.

Kuthiwa le ntombi ibisimtshelile ukuthi ayisamthandi futhi akabuyele kumkakhe, kodwa wafunga wagomela ukuthi akayi ndawo.

OLUNYE UDABA:'Ubulale' intombi eyisola ngokumthelela ngesifo socansi

Uyise wentombi, uthi wakhuluma noXulu ngokuthi akabuyele kwakhe ngoba wayemazi umkakhe futhi esekhathele ihlazo lalo mlisa nendodakazi yakhe.

"Lento yabo besengingayithandi ngoba umkaXulu bengimazi futhi sikhule ndawonye naye, yingakho ngabona kukuhle ukuba ngikhulume nayo ngokubuyela kwakhe.

"Sixoxe kahle mina naye ngimtshela ukuthi uma intombi ingasamfuni akayiyeke, wabonisa ukuzwisisa futhi wavuma ukuphuma emzini abehlala kuwo nendodakazi yami."

Lo baba uthi uthuke indodakazi yakhe imtshela ukuthi isithathele emaphoyiseni ngoba uXulu umsabisa ngokuthi uzomdubula.

Uthi wathola ucingo phakathi kwamabili ngoMgqibelo kuthiwa akaphuthume emzini kaNothando, ufike wahlangana nesidumbu sikaXulu phandle kwendlu nesikaNothando sidindilizile endlini.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8098 votes
It's four more years for Trump
53% - 9265 votes
Vote
ZAR/USD
16.26
(-0.27)
ZAR/GBP
21.23
(-0.32)
ZAR/EUR
19.20
(+0.04)
ZAR/AUD
11.59
(-0.26)
ZAR/JPY
0.16
(-0.08)
Gold
1902.45
(+0.23)
Silver
24.23
(-0.80)
Platinum
890.00
(-0.61)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2356.01
(-0.60)
All Share
55079.08
(-0.47)
Top 40
50450.54
(-0.48)
Financial 15
10700.43
(-0.84)
Industrial 25
74656.05
(-0.33)
Resource 10
52282.72
(-0.53)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo