Kuphenywa esibandakanya uDineo Ranaka

Johannesburg - Ngesonto eledlule kwabikwa ukuthi isihlabani sakumabonakude uDineo Ranaka sasolwa ngokubhaxabula owesifazane endaweni yokudlela ephambili eGoli.

Ngokusho klwemithombo yathi kwabephephandaba iSunday Sun uDineo owayegubha usuku lwakhe lokuzalwa kule ndawo washaya owesifazane oneminyaka engu-22 ubudala ogamalakhe nguTehila Nothnagel ngebhodlela leshampeni.

OLUNYE UDABA: Siphenduke isisulu isihlabani saku-TV eMall

Kuleli sonto leli phephandaba libike ukuthi amaphoyisa aphenya isigameko.

Owamaphoyisa esiteshi saseDouglasdale uBrigadier Lettie Hugo uqinisekise ukuthi isiteshi siphenya ngamazwi asongela uTehila ezinkundleni zokuxhumana enziwa nguDineo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5641 votes
It's four more years for Trump
54% - 6681 votes
Vote
ZAR/USD
16.38
(+0.39)
ZAR/GBP
21.40
(-0.39)
ZAR/EUR
19.43
(+0.17)
ZAR/AUD
11.61
(-0.05)
ZAR/JPY
0.16
(+0.00)
Gold
1920.38
(+0.53)
Silver
25.06
(+1.33)
Platinum
879.00
(+0.97)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2398.00
(+0.84)
All Share
55211.31
(-0.11)
Top 40
50714.08
(-0.27)
Financial 15
9988.62
(+0.32)
Industrial 25
75196.96
(-0.49)
Resource 10
53717.17
(-0.13)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo