Kusaphenywa ngomlilo oqubuke esikoleni eKapa

Cape Town - Amaphoyisa ayaphenya ngokuqubuka komlilo esikoleni esiseWynberg, eKapa.

Leli langabi liqubuke esikoleni samabanga aphansi i-Augustine ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA:Akukaboshwa muntu kulandela ukushiswa kwesikole eVuwani

Okhulumela uMnyango wezeMfundo eWestern Cape uJessica Shelver uthe:"Lo mlilo ushise indlu iWendy house esemagcekeni esikole.

"Le ndlu isetshenziselwa ukugcina impahla okubalwa amatafula futhi ehlala onogada besikole,"kusho yena.

Uthi lo mlilo ubhebhetheke washisa nophahla lwethoyilethi labafana. Ngenhlanhla akekho olimalile kulesi sigameko.

 - EWN

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6590 votes
It's four more years for Trump
54% - 7666 votes
Vote
ZAR/USD
16.30
(+0.20)
ZAR/GBP
21.35
(+0.47)
ZAR/EUR
19.27
(+0.46)
ZAR/AUD
11.58
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.17)
Gold
1908.47
(-0.65)
Silver
24.65
(-1.13)
Platinum
873.00
(-1.11)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2358.70
(-0.48)
All Share
55029.55
(-0.57)
Top 40
50531.15
(-0.73)
Financial 15
10310.91
(+1.70)
Industrial 25
74240.19
(-0.45)
Resource 10
53468.80
(-1.80)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo