Kuphenywa ngokutholakala kwesinye isidumbu sowesifazane e-KZN

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphezu kophenyo kulandela ukutholakala kwesinye isidumbu sowesifazane osemncane sishile esifundazweni.

Amaphoyisa athi alinde imiphumela yolibofuzo ukuqinisekisa ukuthi ngabe isidumbu esitholwe eNcekwane, eduzane naseMpangeni, ogwini olusenyakathi nesifundazwe ngoMgqibelo ngesesitshudeni esaduka ngesonto eledlule, uSikhulile Khuzwayo, 23. 

Lo wesifazane wagcina ukubonakala ngaphambi kokuba ahambe ekhaya eya enyuvesi.

OLUNYE UDABA:Amaphoiyisa ayaphenya ngokufa kwezingane ezintathu ezitholakale zishile

Okhulumela amaphoyisa uNqobile Gwala uthe kuboshwe owesilisa mayelana nalesi sigameko.

"Isidumbu sitholwe ngemuva kokuba amaphoyise enze uphenyo olunzulu ngowesifazane okwabikwa ukuthi udukile ngesonto eledlule esiteshini samaphoyisa aseMthunzini.

"Umsolwa, 37, uboshelwe icala lokubulala. Kuzokwenziwa ulibofuzo ukuthola ukuba ngabe lezi zicubu zomzimba ezitholakele ngezalo wesifazane okwabikwa ukuthi udukile," esho.

Ukutholakala kwalesi sidumbu kuza ngemuva kwamasonto ambalwa kutholakale isidumbu sowesifazane waseDurban North, uSiam Lee, esatholwa epulazini eliseNew Hanover maphakathi neKwaZulu-Natal, sishisiwe.

 - Newswatch

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7905 votes
It's four more years for Trump
53% - 9069 votes
Vote
ZAR/USD
16.29
(-0.49)
ZAR/GBP
21.18
(-0.07)
ZAR/EUR
19.28
(-0.34)
ZAR/AUD
11.58
(-0.13)
ZAR/JPY
0.16
(-0.30)
Gold
1899.17
(+0.05)
Silver
24.18
(-1.09)
Platinum
884.00
(-1.22)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2358.00
(-0.42)
All Share
55008.47
(-0.60)
Top 40
50363.84
(-0.65)
Financial 15
10654.98
(-1.26)
Industrial 25
74449.10
(-0.61)
Resource 10
52337.87
(-0.43)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo