Kuphume imiphefumulo engu-6 kwalimala abangu-69 kwezenzeke eKZN

Durban - Kushone abantu abangu-6 kwalimala abangu-69 ezingozini zomgwaqo KwaZulu-Natal ngoLwesihlanu ebusuku, kusho abe-emergency medical services.

Ogwini oluseningizimu, kushayisane izimoto ezimbili, iveni namatekisis emarobhothini aseASouth Broom kwalimala anantu abangu-30, kusho okhulumela abeNetcare 911 uChris Botha.

Abantu ababili basesimeni esibucayi kanti abangu-9 balimala kanzima, abangu-19 bathola imihuzuko.

Bonke abantu balashwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.

OLUNYE UDABA:  Zidlange kakhulu izingozi kuleli

Esigamekweni esehlukile kushone abantu besifazane ababili, kwalimala abathathu ngesikhathi imoto abebehamba ngayo iginqika kuN2 eduzane naseFafa, kusho okhulumela abosizo lokuqala KwaZulu-Natal, iEMMS uRobert McKenzie.

Eduzane naseThornville kulimale abantu abathathu ngesikhathi iloli iginqika ku-R56, kusho uMcKenzie.

Bonke balashwe endaweni yesigameko.

KU-N2 eduzane naseHarding kushone abantu abangu-4 kwalimala abangu-10 ngesikhathi kushayisana itekisi nemoto.

Eduzane naseRamsgate, kulimale abantu abangu-23 engozni ebibandakanya izimoto ezinhlanu ku-R61, kusho uMcKenzie.

Bonke balashelwe endaweni yesigameko.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5002 votes
It's four more years for Trump
54% - 5924 votes
Vote
ZAR/USD
16.50
(+0.07)
ZAR/GBP
21.40
(-0.06)
ZAR/EUR
19.46
(-0.12)
ZAR/AUD
11.61
(+0.29)
ZAR/JPY
0.16
(+0.18)
Gold
1906.33
(+0.20)
Silver
24.57
(+5.09)
Platinum
857.00
(+0.41)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2350.00
(+0.84)
All Share
55025.96
(-0.24)
Top 40
50616.46
(-0.25)
Financial 15
9902.80
(-0.75)
Industrial 25
75473.03
(+0.95)
Resource 10
53334.23
(-1.47)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo