Kuphunyuke ubaba, icala lasala nomama ngokufa kwezingane

Mbombela – Uphunyukile ubaba obebhekene necala ngokufa kwezingane zakhe ezimbili.

Inkantolo ithathe isinqumo sokutheswa umama kuphela icala ngokufa kwezingane, ezasha zangqongqa nomjondolo Kwazamokuhle eHendrina ngoKhisimusi ebusuku.

Abazali bezingane babezihambele izindlela zabo ngokwahlukana ngoDisemba 25.

Fund analolu daba: Uzoqhubeka nokuhlolwa ingqondo 'odlwengule' isiguli

"Icala ebelithweswe ubaba lihoxisiwe ngoba ngesikhathi sesehlakalo wayengekho, wayehambe ekuseni endlini,” kusho okhulumela amaphoyisa aseMpumalanga uSergeant Gerald Sedibe.

Uthe umama uyena kuphela obhekene necala, ngoba ubaba wayezishiye naye izingane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 957 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1799 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9908 votes
Vote
ZAR/USD
15.12
(+0.36)
ZAR/GBP
20.24
(+0.23)
ZAR/EUR
18.02
(+0.24)
ZAR/AUD
11.14
(+0.40)
ZAR/JPY
0.14
(+0.35)
Gold
1806.39
(-0.14)
Silver
23.32
(+0.29)
Platinum
965.00
(+0.83)
Brent Crude
47.84
(+3.78)
Palladium
2323.00
(-0.13)
All Share
57742.19
(-0.03)
Top 40
52940.79
(-0.20)
Financial 15
11641.10
(-0.29)
Industrial 25
79835.50
(-0.36)
Resource 10
52605.42
(+0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo