Kuqhunyiswe i-ATM kwagqekezwa nesitolo eN West

Johannesburg- Abaleke nemali eningi amadoda abehlomile ngemuva kokuqhumisa i-ATM enxanxatheleni yezitolo iMoruleng, eduzane naseNorth West, kusho amaphoyisa ophiko loKlebe i-Directorate for Priority Crime Investigation ngoLwesine.

UCaptain Tlangelani Rikhotso uthe amadoda angu-15 abehlomile angene enxanxatheleni yezitolo ngoLwesithathu ekuseni ngovivi.

"Azame ukungena ezitolo ezahlukene, kodwa ehluleka ngenxa yokukhala kwama-alamu," kusho uCaptain Rikhotso.

OLUNYE UDABA:Izigebengu ziqhumise ama-ATM zadubula namaphoyisa esitolo

"Angene esitolo sakwa-Cash Build, lapho afike aqhumisa khona isisefo eba isamba semali esingadalulwanga, izintambo zikagesi nenye impahla. 

"La madoda abe esedlulela kwi-ATM yasebhange lakwa-Capitec lapho afike eba imali engu-R450 000 maqede abaleka ngezimoto ezahlukene."

Amaphoyisa athe ngaphambi kokuba lezi zigebengu zibaleke zidubulane nonogada bakule nxanxathela yezitolo.

"Akekho olimalile noma odlulile kulesi sigameko," kusho uRikhotso, eqhuba ngokuthi bekungakaboshwa muntu.

 - ANA

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6183 votes
It's four more years for Trump
54% - 7269 votes
Vote
ZAR/USD
16.31
(+0.75)
ZAR/GBP
21.46
(-0.67)
ZAR/EUR
19.35
(+0.57)
ZAR/AUD
11.62
(-0.14)
ZAR/JPY
0.16
(-0.05)
Gold
1924.58
(+0.76)
Silver
25.03
(+1.22)
Platinum
887.00
(+2.00)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2396.00
(+0.77)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo