Kusafunwa isidumbu somfundi ominze olwandle kuhanjwe nesikole

Durban - Sekungenele osukwini lwesibili ukufunwa komfundi waseThekwini ngoLwesine.

Lo mfundi, 18, ofunda esikoleni Isinamuva High eduzane naseXopo, wayebhukuda olwandle iWedge Beach ngesikhathi enyamalala ngaphansi kwamagagasi ngesikhathi kuhanjwe nesikole.

Kukholakala ukuthi uSabelo Silangwe uduke ntambama. Abanye abafundi nothisha babike ngesigameko sekuphele amahora engabonwa.

OLUNYE UDABA:Kuminze izingane ezine edamini e-KZN

Amaphoyisa abatshuzi amatasa afuna lo mfundi, kodwa namanje abengakasitholi isdumbu salo mfana.

Okhulumela umnyango wezemfundo uKhwazi Mthethwa uthe izigameko zokuminza kwabantu azigwemeki kodwa amasu ezokuphepha ayadingeka.

"Kuyaziwa ukuthi akusibo bonke abafundi abakwaziyo ukubhukuda, ngakho-ke kuyaphoqa ukuba kube khona othisha noma abazali ababagadile.

"Sithanda ukudlulisa amazwi enduduzo emndenini nakubangani bomufi. Siyabonga nakwithimba labatshuzi ngemizamo yalo yokuthola isidumbu somfana."
 

 - SowetanLive

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
52% - 526 votes
Yes, at work
16% - 164 votes
No, I've never experienced this
31% - 316 votes
Vote
USD/ZAR
14.31
(0.0)
GBP/ZAR
19.81
(0.0)
EUR/ZAR
17.15
(0.0)
AUD/ZAR
11.07
(0.0)
JPY/ZAR
0.13
(0.0)
Gold
1,776.67
(0.0)
Silver
25.97
(0.0)
Platinum
1,203.79
(0.0)
Brent Crude
66.77
(-0.3)
Palladium
2,781.00
(0.0)
All Share
68,699
(+1.3)
Top 40
62,898
(+1.3)
Financial 15
12,446
(+0.8)
Industrial 25
89,364
(+0.8)
Resource 10
70,350
(+2.2)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo