Kusale dengwane imindeni kusha imijondolo eThembalethu

Cape Town - Inqwaba yemindeni isaledengwane kulandela ukusha kwemijondolo eGeorge, eSouthern Cape.

Kubalwa imijondolo engu-39 eshe yangqongqa eThembalethu ekuseni ngoMsombuluko.

Iziphathimandla zithe kutholwe isidumbu esisodwa kudoti wokusha.

OLUNYE UDABA: Kushone abantu ababili kusha umjondolo

Okhulumela amaphoyisa uMalcom Pje uthe, "Kuqubuke ilangabi kumjondolo owodwa oseZone 8 eThembalethu, kwathi sesibutha udoti sahlangabezana nesidumbu. Belingakavulwa icala lokushisa kodwa kuvulwe idokodo kulandela ukushona komuntu otholwe kudoti."

UMasipala waseGeorge usuqalile ukusiza imindeni ethintekile ngokuqoqa iminikelo.

Iminikelo yokudla, impahla yokugqoka neyasendlini iqoqelwa ndawonye ehholo lomphakathi eThembalethu. 

- EWN


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6211 votes
It's four more years for Trump
54% - 7298 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.39)
ZAR/GBP
21.52
(-0.35)
ZAR/EUR
19.41
(-0.27)
ZAR/AUD
11.62
(-0.12)
ZAR/JPY
0.16
(-0.32)
Gold
1913.52
(-0.41)
Silver
24.78
(-0.63)
Platinum
885.01
(+0.21)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2398.00
(+1.07)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo