Kusale enkundleni abasolwa abane kudutshulwana namaphoyisa

accreditation

Johannesburg – Abavukuzi abathathu abangekho emthethweni, abaziwa ngozama-zama, badutshulwe bashona, kwaboshwa abanye abangu-14 kulandela isigameko sokudubulana namaphoyisa eBoksburg e-East Rand ngoMsombuluko ekuseni, kusho amaphoyisa eGauteng.

Kuphinde kwashona omunye umuntu wesilisa wesine, kodwa yena kusaphenywa ukuthi ushone kanjani.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini uthi amaphoyisa kanye nakaMasipala waseKurhuleni Metro Police (EMPD) abencinzwe indlebe ngabesilisa ebebehlome bezingovolo ngase-mijondolo yase-Angelo eBoksburg.

Uthi kubenokudubulana phakathi kwabasolwa namaphoyisa ngemuva kokuhlangana nabasolwa.

OLUNYE UDABA: Uthi usephaphele umculi obedla izidakamizwa

“Awekho amaphoyisa athole ukulimala kulesi sigameko,” kusho uDlamini.

Uthi bathathu abavukuzi abangekho emthethweni abadutshulwe bashona, kanti kungenzeka ukuthi owesine ubulawe ukwethuka.

"Amaphoyisa azokwazi kahle ukuthi ubulawe yini uma sekuphothuliwe ukuhlolwa kwesidumbu.”

Uthe amaphoyisa ashaqe izibhamu ezinhlanu kanye neziqhumane.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
The EFF has voted with the DA to ensure they now govern Johannesburg, Tshwane and Ekurhuleni. Was this:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A brilliant strategic move by the DA not to make formal coalition agreements
25% - 1638 votes
A brilliant strategic move by the EFF to force the DA to negotiate with them
16% - 1085 votes
A recipe for disaster and five more years of unstable local government
59% - 3949 votes
Vote
Rand - Dollar
16.27
-1.9%
Rand - Pound
21.71
-0.0%
Rand - Euro
18.42
+0.1%
Rand - Aus dollar
11.59
+0.0%
Rand - Yen
0.14
+0.2%
Gold
1,792.60
0.0%
Silver
23.13
0.0%
Palladium
1,751.49
0.0%
Platinum
955.50
0.0%
Brent Crude
72.72
-11.6%
Top 40
62,411
-2.6%
All Share
68,615
-2.8%
Resource 10
64,074
-2.5%
Industrial 25
92,909
-1.3%
Financial 15
12,995
-6.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE