'Kusasekuseni ukuthi sekungakhulunywa ngokuthatha iligi'

Johannesburg - Umqeqeshi weMpumalanga Black Aces uMuhsin Ertugral uthi kusasekuseni kakhulu ukuthi sekungakhulunywa ngokuthatha isicoco seligi.

I-Aces imangaze abaningi ngokuzibeka endaweni enhle kwi-Absa Premiership kule sizini, njengoba iqembu lika-Ertugral lilandela iBidvest Wits ngamaphuzu amabili ngemuva kwemidlalo engu-13.

AmaZayoni aqhubekile nokwenz akahle ngemuva kwamaholidi njengoba eshaye iPolokwane City ngo-1-0 eNelspruit ngoMgqibelo.

Funda nalolu daba: Angiyindawo - Umqeqeshi wePirates

“Kusasekuseni kakhulu ukuthi sesingakhuluma ngalokho. Sidlale kahle impela kuzekube manje kodwa kuzomele sizithobe singaziphakamisi,” kusho u-Ertugral kwiKickOff.com.

“Asikazuzi lutho okwamanje. Kumele siqhubeke nokwenza kahle sijabulise abalandeli bethu futhi siphokophele phambili. Kumele sibayeke abakhulumayo baqhubeke nokukhuluma.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 133 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 249 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 652 votes
Vote
ZAR/USD
15.27
(-0.23)
ZAR/GBP
20.36
(-0.28)
ZAR/EUR
18.27
(-0.23)
ZAR/AUD
11.28
(-0.05)
ZAR/JPY
0.15
(-0.43)
Gold
1766.22
(-1.13)
Silver
21.93
(-3.11)
Platinum
956.00
(-0.78)
Brent Crude
47.90
(0.00)
Palladium
2401.26
(-0.44)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo