Zimbili vo izindlu zangasese edolobheni laseKZN

Durban – Izinkulungwane zabantu abaya edolobheni laseMtubatuba kudingeka zizibambe noma zikhokhe imali ezindaweni ezifana nasemagaraji kaphethiloli ukuze zizikhulule ngenxa yokushoda kwezindlu zangasese.

Leli dolobha linezindlu ezimbilu kuphela zangasese ezisebenzayo, nazo ezinenkinga, njengoba kudingeka usebenzise ibhakede ukuze kuhambe udoti uma usuqedile ukuyisebenzisa.

Imeya yaseMtubatuba u-Israel Nyawo uthi ukushoda kwamanzi okudala le nkinga.

Funda nalolu daba: Kuqhume iqupha kubangwa indle

Izakhamuzi zithi akuzona kuphela izindlu zangasese abanenkinga nazo, kodwa nengqalasizinda okubalwa kuyona nemigwaqo, iyabheda, kungcolile edolobheni futhi nendle igcwele emgwaqeni.

Ikhansela le-IFP uQhina Mkhwanazi ukuqinisekisile ukuthi zimbili kuphela izindlu zangasese ezisebenzayo edolobheni, kubika iThe Mercury.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 104 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
25% - 192 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
61% - 470 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo