Kushone 6 eMkhomazi

Durban – Kushone abantu abayisithupha kwalimala abathathu ngesikhathi kungqubuzana imoto encane neloli kuN2 ngaseMkhomazi ngeSonto ebusuku.

"Imoto ebithwele abantu abayisithupha ibibheke ngaseThekwini ngesikhathi iphaphalaza iyoshayisa iloli ebelithwele izimpahla,” kusho okhulumela abakwaNetcare 911 uChris Botha.

"Abosizo lokuqala kanye nabezicimamlilo bathole imoto ilimele kabi ngaseceleni komgwaqo eduze kweloli, abebephakathi bevaleleke khona.”

Funda nalolu daba: Inkosi ishayiswe yimoto yashona

Bonke abantu abayisithupha ebebesemotweni encane bashonile.

Abantu abathathu ebebegibele iloli, oyedwa wabo obekuyingane encane, bathole imihuzuko,” kusho uBotha.

Batholwe ukwelashwa endaweni yesehlakalo baphuthunyiswa esibhedlela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5186 votes
It's four more years for Trump
54% - 6147 votes
Vote
ZAR/USD
16.54
(-0.22)
ZAR/GBP
21.38
(+0.04)
ZAR/EUR
19.54
(-0.57)
ZAR/AUD
11.62
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.05)
Gold
1900.88
(-0.09)
Silver
24.48
(+4.72)
Platinum
862.99
(+1.14)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2348.99
(+1.03)
All Share
55143.04
(-0.03)
Top 40
50739.21
(-0.01)
Financial 15
9936.10
(-0.42)
Industrial 25
75698.49
(+1.25)
Resource 10
53367.13
(-1.41)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo