Kushone 6 kubhidlika indawo edayisa utshwala

Chandigarh - Isitolo sotshwala esiyizitezi ezimbili sibhidlikile kwashona abantu abayisithupha enyakatho neNdiya, okuyisigameko sakamuva esigqamisa umsebenzi wokwakha ongekho ezingeni kuleliya lizwe.

Kuthiwa leli bhilidi liwe eChandigarh ngesikhathi omakhi bemba esinye isiza, kanti kuzothikamezeka lesi sakhiwo sase siyabhidlika.

OLUNYE UDABA: Kuwe ibhilidi kwavaleleka abantu eMumbai

"Kushone abantu abayisithupha kwathi abangu-11 balimala. Baphuthunyiswe esibhedlela ukuba bayothola ukwelashwa," kusho isikhulu samaphoyisa uSukhchain Singh Gill.

Unezezele ngokuthi abekho okusolakala ukuthi bacindezelwe yimfucuza ngemuva kokuthi izakhamuzi zisizile ekukhipheni abalimalile.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5673 votes
It's four more years for Trump
54% - 6716 votes
Vote
ZAR/USD
16.41
(+0.21)
ZAR/GBP
21.43
(-0.53)
ZAR/EUR
19.46
(+0.01)
ZAR/AUD
11.61
(-0.12)
ZAR/JPY
0.16
(-0.29)
Gold
1918.15
(+0.41)
Silver
25.00
(+1.08)
Platinum
874.00
(+0.40)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2401.50
(+0.50)
All Share
55084.14
(-0.34)
Top 40
50638.20
(-0.42)
Financial 15
9978.38
(+0.22)
Industrial 25
74967.37
(-0.79)
Resource 10
53731.39
(-0.11)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo