Kushone abantu ababili engozini

Pretoria - Kushone abantu ababili ku-N12 ngaseFochville ngesikhathi kutholalana phezulu izimoto ezimbili, kusho abezimo eziphuthumayo ngoMgqibelo.

Okhulumela i-ER24 uChitra Bodasing uthe abosizo lokuqala nezicishamlilo bathole izimoto zilimele kabi eceleni komgwaqo.

“Abantu ababili batholakale bevaleleke kwenye yalezi zimoto. Abosizo lokuqala bebebambisene bezama ukubakhipha. Kuthe uma behlolwa kwatholakala ukuthi omunye ubesesimeni esibucayi.

OLUNYE UDABA: Kushone umshayeli wetekisi engozini

"Uthole ukwelashwa wase ephuthunyiswa esibhedlela. Umshayeli ube eseyashona," kusho uBodasing.

Umshayeli wesibili naye ushonele endaweni yesigameko.

Amanye amadoda amathathu abengabagibeli athole imihuzuko.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 364 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 641 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1718 votes
Vote
ZAR/USD
15.15
(+0.74)
ZAR/GBP
20.39
(+0.20)
ZAR/EUR
18.41
(+0.57)
ZAR/AUD
11.29
(+0.39)
ZAR/JPY
0.15
(+0.32)
Gold
1840.24
(+0.57)
Silver
24.08
(+0.28)
Platinum
1032.00
(+2.58)
Brent Crude
47.96
(+1.75)
Palladium
2316.00
(-3.19)
All Share
58947.48
(+1.14)
Top 40
54171.85
(+1.29)
Financial 15
11399.33
(+0.82)
Industrial 25
79681.43
(+0.78)
Resource 10
56621.26
(+2.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo