Kushone abantu abangu-14 kweyeloli neveni

Johannesburg - Kushone abantu abangu-14 okubalwa kubona nosana engozini ehlanganisa iloli neveni eyenzeke ku-R101 ngaphandle kwaseMokopane eLimpopo ngoLwesithathu ekuseni.

kulimale abantu abathathu kulesi sehlakalo.

Okhulumela amaphoyisa omgwaqo uKagiso Mootane uthi iveni ebithwele abantu abangabokudabuka ezweni laseZimbabwe ebebelibhekise eGauteng.

Amaphoyisa omgwaqo athi umshayeli weveni uphunyukwe yisireringi, imoto yaphaphalaza yaphuma emzileni wayo.

Funda nalolu daba: Owe-ANC ezinsolweni zokushaya

Kusolwa ukuthi imbangela yengozi kubengukukhathala.

Abagibeli abathathu abathole ukulimala bathola ukwelashwa esibhedlela esiseduzane.

Bonke abashonile bebehamba ngeveni, kanti nomshayeli walo naye uphangalele.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 944 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1781 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9798 votes
Vote
ZAR/USD
15.26
(-0.56)
ZAR/GBP
20.34
(-0.27)
ZAR/EUR
18.16
(-0.50)
ZAR/AUD
11.21
(-0.20)
ZAR/JPY
0.15
(-0.58)
Gold
1813.07
(+0.23)
Silver
23.36
(+0.44)
Platinum
953.00
(-0.47)
Brent Crude
47.84
(+3.78)
Palladium
2323.01
(-0.13)
All Share
57838.65
(+0.13)
Top 40
53056.75
(+0.01)
Financial 15
11623.01
(-0.45)
Industrial 25
80059.70
(-0.08)
Resource 10
52753.18
(+0.35)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo