Kushone abantu abayisihlanu engozini yemoto eRusternburg

Johannesburg - Amaphoyisa aseRusternburg aqhuba uphenyo kulandela ukushona kwabantu abayisihlanu engozini yomgwaqo enyantisa igazi eyenzeke ngo-N4 ngoLwesihlanu ebusuku.

La bantu abashonile bashone ngesikhathi iveni itholana phezulu nemoto encane.

Omunye obegibele emotweni encane uphume kule ngozi enemihuzuko.

OLUNYE UDABA: Kushone abayisikhombisa engozini enyantisa igazi

Okhulumela abakwa-ER24 uWerner Vermaak uthe umshayeli weveni uthole ukwelashwa endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela esiseduzane.

"Abantu besifazane ababili kanye namadoda amathathu bashone ngaphambi kokufika kwabosizo lokuqala."


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7910 votes
It's four more years for Trump
53% - 9078 votes
Vote
ZAR/USD
16.29
(-0.49)
ZAR/GBP
21.18
(-0.07)
ZAR/EUR
19.28
(-0.34)
ZAR/AUD
11.58
(-0.13)
ZAR/JPY
0.16
(-0.30)
Gold
1899.17
(+0.05)
Silver
24.18
(-1.09)
Platinum
884.00
(-1.22)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2358.00
(-0.42)
All Share
55008.47
(-0.60)
Top 40
50363.84
(-0.65)
Financial 15
10654.98
(-1.26)
Industrial 25
74449.10
(-0.61)
Resource 10
52337.87
(-0.43)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo