Kushone abathathu kushayisana amaloli e-KZN

Durban - Ingozi eyenzeke phakathi kwamaloli amabili emgwaqeni omkhulu u-N11 eMajuba Pass, KwaZulu-Natal, ishiye abantu abathathu beshonile kwathi ababili balimala kabi.

Okhulumela i-ER24, uChitra Bodasing, uthe enye iloli ibilibangise eNewcastle enye ibheke ngaseVolksrust ngesikhathi etholana phezulu.

“Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko bathola ukuthi amadoda amathathu aphalazwe yiloli. Atholwe edindilize megwaqeni," kuqhuba uBodasing.

OLUNYE UDABA: Kushone umshayeli wetekisi engozini

Ngokusho kwe-ER24, abantu besifazane ababili bathole ukulimala kanzima.

"Bathole ukwelashwa base bephuthunyiswa esibhedlela," esho.

Imbangela yale ngozi ayikaziwa okwamanje, kanti uphenyo luyaqhubeka.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 900 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1696 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9317 votes
Vote
ZAR/USD
15.34
(+0.06)
ZAR/GBP
20.45
(+0.23)
ZAR/EUR
18.21
(+0.01)
ZAR/AUD
11.25
(-0.33)
ZAR/JPY
0.15
(+0.34)
Gold
1805.11
(-1.68)
Silver
23.22
(-1.20)
Platinum
945.00
(+2.05)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2325.84
(-0.14)
All Share
57768.55
(+1.09)
Top 40
53067.22
(+1.12)
Financial 15
11711.44
(+3.29)
Industrial 25
80325.98
(+0.51)
Resource 10
52336.45
(+1.09)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo