Kushone ikhehla kusha umuzi eThekwini

Durban - Ushonile umkhulu oshe nomuzi eWestville.

UGarrith Jamieson weRescue Care uthe izicishamlilo zikhiphe indoda eneminyaka engu-75 endlini ebisha.

"Ngesikhathi sifika, abosizo lokuqala bezicishamlilo besebevele beqalile nomsebenzi. Ngeshwa, indoda okukholakala ukuthi ineminyaka ebalelwa kweko-70 ubudala ishonile. Ayikho emniye imibiko yokulimala kwabantu endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA:Kushone oyedwa kwasala dengwane inqwaba yabantu kusha imijondolo eGoli

"Bekuphithiza endaweni yesigameko njengoba bekukhona yonke iminyango efanelekile kanjalo namaphoyisa okuyiwo aphenya imbangela yeisgameko," kusho uJamieson.

Lokhu kuza ngemuva kokuba kushone abantu abangu-8, kubalwa nezingane ezingu-5, kusha imijondolo yaseKhayelitsha, eKapa ngeSonto ekuseni.


 - Newswatch

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Would you choose to continue working from home after the coronavirus lockdown if given the option?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, it's much better for me
40% - 7415 votes
No ways! I can't wait to get back to the office
12% - 2154 votes
A mixture of both would suit me best
48% - 8924 votes
Vote
USD/ZAR
14.51
(-0.0)
GBP/ZAR
19.98
(+0.1)
EUR/ZAR
17.35
(+0.1)
AUD/ZAR
11.16
(+0.6)
JPY/ZAR
0.13
(+0.1)
Gold
1,743.35
(-0.1)
Silver
25.33
(-0.0)
Platinum
1,179.50
(+1.7)
Brent Crude
63.67
(+0.6)
Palladium
2,698.39
(+0.1)
All Share
67,613
(+0.8)
Top 40
61,942
(+0.9)
Financial 15
12,094
(-0.5)
Industrial 25
88,869
(+1.0)
Resource 10
68,692
(+1.3)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo