Kushone izingane ezimbili zidlala emotweni endala eThekwini

Durban - Kushone izingane ezimbili kanti ezinye zisesimeni esibucayi ngesikhathi zivelelwa yingozi zivaleleka emotweni endala ebingasasebenzi ebezidlala kuyo eClermont, ngaphandle kweTheku.

OweKwaZulu-Natal Emergency Medical Services uRobert Mckenzie uthe umphakathi yiwo obone lezi zingane ezine zingaphakathi kule moto.

OLUNYE UDABA: Kushaqise umndeni ukutholakala kwengwenya efrijini

“Kusolakala ukuthi amalungu omphakathi abone lezi zingane zikule moto ase eyazihlenga ngaphambi kokuziphuthumisa emtholampilo wendawo.

“Onesi babe sebezama ukusiza lezi zingane ebese zingasaphefumuli,” esho.

Ngebhadi kube sekushona umfana, 3, nentombazane, 2, kanti lezi ezinye izingane zisesimeni esibucayi esibhedlela, kusho uMckenzie.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 945 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1787 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9818 votes
Vote
ZAR/USD
15.26
(-0.57)
ZAR/GBP
20.35
(-0.29)
ZAR/EUR
18.16
(-0.51)
ZAR/AUD
11.20
(-0.16)
ZAR/JPY
0.15
(-0.57)
Gold
1810.74
(+0.10)
Silver
23.32
(+0.28)
Platinum
953.00
(-0.42)
Brent Crude
47.84
(+3.78)
Palladium
2329.00
(-0.36)
All Share
57730.91
(-0.05)
Top 40
52942.03
(-0.20)
Financial 15
11637.88
(-0.32)
Industrial 25
79793.92
(-0.41)
Resource 10
52660.13
(+0.17)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo