Kushone owesifazane engozini ku-N2

Port Elizabeth - Kushone owesifazane kwalimala abanye abantu ababili kanzima engozini eyenzeke phakathi kwaseDutywa naseButterworth, e-Eastern Cape, namuhla (ngoLwesihlanu) ekuseni.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha uthe isigameko senzeke ku-N2.

OLUNYE UDABA:Ingozi ibulale 5 eKZN

UManatha, uthe imbangela yesigameko ayikaziwa, kodwa amaphoyisa aseDutywa ayaphenya.

Kuvulwe icala lokubulala ngokungenhloso.

Kwesinye isigameko, kudingeke ukuthi kuvalwe umgwaqo omkhulu ophakathi kweGoli neTheku kulandela ingozi eyenzeke ekuseni ngoLwesihlanu phakathi kwamaloli amabili kanye nezimoto ezine ezincane.

Enye yamaloli ebandakanyeke engozini - eyenzeke emgwaqeni omkhulu u-N3 phakathi kwaseWarden naseHarrismith - ibihambisa i-liquid oxygen kanti ibe isigqamuka amalangabi ngemuva kwengozi.

Le ngozi yenzeke ngabo-07:00.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
55% - 3648 votes
Yes, at work
17% - 1149 votes
No, I've never experienced this
27% - 1816 votes
Vote
USD/ZAR
14.26
(-0.3)
GBP/ZAR
19.85
(-0.4)
EUR/ZAR
17.16
(-0.4)
AUD/ZAR
11.05
(+0.0)
JPY/ZAR
0.13
(-0.3)
Gold
1,794.40
(+0.9)
Silver
26.57
(+2.8)
Platinum
1,218.50
(+2.5)
Brent Crude
66.57
(-0.7)
Palladium
2,882.01
(+4.3)
All Share
67,146
(+0.5)
Top 40
61,399
(+0.5)
Financial 15
12,126
(-0.3)
Industrial 25
86,735
(+0.3)
Resource 10
69,254
(+1.0)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo