Kushone oyedwa enkampanini enkulu yaseMpangeni

eMpangeni - Kushone isisebenzi senkampani i-Tronox ngemuva kokulimala kabi eMineral Separation Plant ngoLwesithathu ekuseni.

Ngokusho kwemithombo yephephandaba iZululand Observer, lesi sisebenzi siwe salimala ngesikhathi sihlola umsebenzi.

Lo wesilisa uwe kusukela phezulu kwi-floor yesithathu washayeka phansi, kusenjalo kushibilike esinye isisebenzi sawela phezu kwakhe kanti sona siphuthunyiswe esibhedlela.

Le nkampani ikhiphe isitatimende ngemuva kwalesi sigameko esenzeke ngo-11 ekuseni kwi-Mineral Separation Plant, eMpangeni.

“Sithanda ukudlulisa amazwi enduduzo emndenini kazakwethu odlule emhlabeni kulandela ukulimala esemsebenzini. Kulimale kabi nesisebenzi sesibili esiphuthunyiswe esibhedlela iNetcare The Bay Hospital.

OLUNYE UDABA:Sitholakale sintanta emanzini isisebenzi sasengadini

Le nkampani ithe uphenyo lusaqhubeka mayelana nalesi sehlakalo.

Ibuye yaqinisekisa ukuthi izimisele ukuvikela impilo yabasebenzi bayo kanye nomphakathi owakhelene nayo.

“Lesi simo sisithathela phezulu futhi sizimisele ukwenza uphenyo olunzulu futhi sizokwenza konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi isimo esifana nalesi asiziphindi."

Kubizwe nabezomthetho ukuba baphenye ngalolu daba.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8133 votes
It's four more years for Trump
53% - 9296 votes
Vote
ZAR/USD
16.23
(-0.06)
ZAR/GBP
21.20
(-0.17)
ZAR/EUR
19.17
(+0.19)
ZAR/AUD
11.58
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(+0.10)
Gold
1903.70
(+0.30)
Silver
24.28
(-0.58)
Platinum
893.00
(-0.22)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2368.00
(-0.12)
All Share
55073.29
(-0.48)
Top 40
50412.70
(-0.55)
Financial 15
10700.67
(-0.83)
Industrial 25
74545.00
(-0.48)
Resource 10
52281.91
(-0.53)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo