Kusinde umsizi womshayeli abasolwa beduna itekisi ePMB

Pietermaritzburg – Amaphoyisa athungatha abasolwa abavulele ngenhlamvu kumshayeli beduna itekisi, kubika iNewswatch.

Laba basolwa bebegibele kuleli tekisi, lapho kwenzeka lesi sigameko ngesikhathi behla kumgwaqo u-Edendale.

Amaphoyisa athole umshayeli wetekisi eseshonile kanye nomsizi wakhe elimele kakhulu.

OLUNYE UDABA:Utholakale neziklabhu ezigcwele itekisi odutshulwe amaphoyisa

Okhulumela amaphoyisa uShooz Magudulela uthe umsizi uphuthunyiswe esibhedlela ngamanxeba okudutshulwa.

Abasolwa badle phansi netekisi bethumba nentombi yomshayeli ebiphakathi etekisini.

“Sekuvulwe amacala okubulala kanye nokuduna njengoba kwebiwe itekisi. Intombi yomshayeli waleli tekisi itholakale idindilizile emahlathini.

“Akukaboshwa muntu ngalesi sehlakalo kanti amaphoyisa ayaqhubeka nophenyo,”kubika uMagudulela.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7855 votes
It's four more years for Trump
53% - 9010 votes
Vote
ZAR/USD
16.26
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(-0.11)
ZAR/EUR
19.25
(-0.20)
ZAR/AUD
11.57
(-0.09)
ZAR/JPY
0.16
(-0.15)
Gold
1896.45
(-0.09)
Silver
24.15
(-1.10)
Platinum
883.49
(-1.30)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2356.63
(-0.45)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo