Kusolakala ukuthi ubexabene nomkakhe obulale izingane

Johannesburg – Umndeni wendoda yaseTembisa esolwa ngokunquma izingane zayo ezimbili nokugwaza unkosikazi wayo yase iyazibulala, bathi kungenzeka ukuthi lezi zithandani bezixabene.

Isidumbu sikaTshepo Majola sitholakale ngemuva kokuthi “ebulale” izingane zakhe ezimbili, ezineminyaka emibili nemihlanu ubudala ngoLwesithathu ebusuku.

Amaphoyisa athi ube eseya ejoyintini elisendaweni wafike wagwaza umkakhe amanxeba amaningi – okumanje usesimeni esibucayi esibhedlela.

OLUNYE UDABA: Usagcwele amathafa obulale izingane e-KZN

Umzala kaMajola nguye othole izidumbu zezingane.

Kuthiwa uMajola ufonele omunye wabazala bakhe wamtshela ukuthi izidumbu zezingane zisemzini kamama wakhe.

Umzala uthi uyacabanga ukuthi lokhu kube yimbangela yokuxabana kwalezi zithandani.

“Bake baxabana kodwa besingazi ukuthi babangani. Ngiyazi ukuthi ubezisola ngesenzo sakhe yingakho ezibulele.”

Isidumbu sikaMajola sitholakale ngemuva komuzi wakwamakhelwane ngoLwesine ekuseni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5202 votes
It's four more years for Trump
54% - 6169 votes
Vote
ZAR/USD
16.52
(-0.09)
ZAR/GBP
21.36
(+0.11)
ZAR/EUR
19.52
(-0.45)
ZAR/AUD
11.62
(+0.26)
ZAR/JPY
0.16
(+0.17)
Gold
1905.59
(+0.17)
Silver
24.56
(+4.97)
Platinum
863.00
(+1.24)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2337.00
(+0.75)
All Share
55162.80
(+0.00)
Top 40
50754.10
(+0.02)
Financial 15
9936.28
(-0.42)
Industrial 25
75725.69
(+1.29)
Resource 10
53391.85
(-1.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo