Kusolwa undunankulu nemeya ngokuzitika ngonkosikazi wekhansela

Limpopo - Kuthiwa laba babhekene ngeziqu zamehlo kulandela ukuputshuka kombiko wokuthi bayazitika ngoMeya omusha waseMolemole, kubika iSunday World.

Lokhu kulandela ukuvela kokuthi uConti Mokobane, ongumngani wemeya u-Edward Paya ebhalela uMathabatha noSeyebi ebabizela emhlanganweni wokudingida udaba lomendo wakhe.

Lo mhlangano wabanjwa ngoLwesine kukhona uMathabatha, Seabi noMakhurupetje kanye nabaholi bezomdabu beholwa iNkosi uKgoshi Kgadu Machaka.

OLUNYE UDABA:Indoda idabule umkayo ‘ophingayo’ isisu

UMokobane uthe: “Inkosikazi yemeya ingitshele ukuthi umyeni wakhe ulala nomkami, uze wangibonisa imilayezo abebethumelana yona (umeya nomkami).

“Angiwakholwa amehlo ami ngesikhathi ngifunda le milayezo yingakho ngithe angibize lo mhlangano ngingaze ngenzi into engizozisola ngayo,”kusho uConti Mokobane.

UPaya uziqinisekisile izinsolo zokujola nonkosikazi kaMokobane kodwa uthi ubengazi ukuthi useganile.

“Lo mame esikhuluma ngaye waweyintombi yami esikoleni futhi bengingazi ukuthi lo mlisa ngumyeni wakhe. Wayengakaze angitshele lokhu, ngaze nggabona mhla lo mlisa esemazisa kimi njengomkakhe nokuyilapho engayeka khona ukubonana naye,”kusho imeya.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 2952 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2039 votes
No, I don't think they need it
36% - 2863 votes
Vote
ZAR/USD
14.98
(+0.29)
ZAR/GBP
20.86
(+0.69)
ZAR/EUR
18.05
(+0.69)
ZAR/AUD
11.64
(+0.09)
ZAR/JPY
0.14
(+0.60)
Gold
1723.82
(-0.84)
Silver
26.49
(-0.99)
Platinum
1184.00
(-0.96)
Brent Crude
64.90
(0.00)
Palladium
2349.99
(+0.85)
All Share
67536.96
(+2.12)
Top 40
62107.04
(+2.23)
Financial 15
12456.31
(+2.10)
Industrial 25
88082.08
(+2.25)
Resource 10
68969.71
(+2.24)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo