Kuthiwa bebengena kuleli ngokungemthetho ababulawe yimvubu

Harare – Abantu abathathu baseZimbabwe, ababulawe yimvubu yamanzi eLimpopo River ngaseBeitbridge, kubukeka sengathi bebeyingxenye yabebezama ukungena kuleli ngokungemthetho.

Izikhulu ziqinisekise ukuthi kushone amadoda amabili nengane ngesikhathi bezama ukuwelela eNingizimu Afrika ngoLwesithathu.

Owamaphoyisa aseLimpopo, uRonel Otto, utshele iphephandaba iThe Herald laseZimbabwe ukuthi laba bebezama ukungena kuleli ngokungemthetho.

OLUNYE UDABA: Imvubu ibulale indoda eLimpopo

Uthe izidumbu zabashonile ziyiswe emakhazeni aseMusina Hospital.

Ingane yomfana eneminyaka engu-8 ubudala isesimweni esibucayi kulandela ukuhlaselwa yimvubu, kuthiwa itholakale ekuseni ngoLwesine ikhala isezinhlungwini.

Kukholakala ukuthi leli qulu labantu belizama ukujomba umngcele lingene eMusina ngokungemthetho, akucaci okwamanje ukuthi baphi laba abanye abebehamba nabashonile.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5410 votes
It's four more years for Trump
54% - 6425 votes
Vote
ZAR/USD
16.46
(+0.21)
ZAR/GBP
21.33
(+0.24)
ZAR/EUR
19.48
(-0.22)
ZAR/AUD
11.61
(+0.34)
ZAR/JPY
0.16
(+0.28)
Gold
1907.17
(+0.24)
Silver
24.62
(+5.30)
Platinum
872.00
(+2.22)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2405.00
(+3.19)
All Share
55271.75
(+0.20)
Top 40
50851.62
(+0.22)
Financial 15
9956.35
(-0.22)
Industrial 25
75567.07
(+1.08)
Resource 10
53788.16
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo