Kuthiwa uMjikijelwa akafuni ukukhokha imali ayiboleka komunye umculi

Pietermaritzburg - Umculi kamaskandi uMjikijelwa ogamalakhe lokuzaklwa nguSbongiseni Ngubane kubikwa ukuthi akasafuni ukukhokha imali engu-R44 000 ayiboleka komunye umculi kamasikandi ophinde abengusomabhizinisi uKholeka Chemane.

UMjikijelwa waboleka imali kuChemane odume ngele Ndodakazi yeNtandane ngo-2013 kanti kuze kube yinamuhla akakayikhokhi.

OLUNYE UDABA: OwakuGenerations uthi owayengumkakhe wamshaya ngezimpama

Lo mculi utshele iphephandaba i-Eyethu ukuthi uMjikijelwa wabokela imali engu-30 000 ngoFebhuwari 2013 wathembisa ukuthi uzomqophisa kodwa akukaze kwenzeke lokho futhi nemali ubengakayikhokhi.

NgoMahsi uMjikijelwa waphinde wabnoleka imali engu-9 000 efuna ukuthenga izinto ezimbalwa ayeshoda ngazo kwathi enkonzweni yesikhumbuzo sikaSaba Mbixane womsakazo uMhlobo Wenene FM wabokela imali engu-R5 000 efuna ukunikela kaMbixane.

UChemane uthe ubudlelwane bakhe noMjikijelwa abusekho njengoba engafuni ukumkhokhela imali yakhe kanti futhi uzokwenza noma yini ukuze ayithole imali yakhe wathi njalo uma eyifuna imali yakhe akubi kuhle.

I-Eyethu izame ukuxhumana noMjikijelwa ngodaba kodwa wavele wathi akafuni ukukhuluma ngalo.

“ Angifuni ukukhuluma ngalowombhedo ngoba ngizogcina sengisho izinto engizozisola ngazo kuwena, ngako ke asiyiyeke kanjalo futhi ungaphinde ungifonele mayelana naleyonto ,ungangifonela uma ufuna ukukhuluma ngokunye,” kusho uMjikijelwa ethukuthele.



“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
13% - 141 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 607 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
34% - 377 votes
Vote
ZAR/USD
16.22
(+0.68)
ZAR/GBP
21.02
(+0.61)
ZAR/EUR
18.90
(+1.04)
ZAR/AUD
11.40
(+0.89)
ZAR/JPY
0.16
(+0.87)
Gold
1877.12
(+0.49)
Silver
23.60
(+1.43)
Platinum
846.00
(-0.29)
Brent Crude
38.07
(-3.48)
Palladium
2216.00
(+0.70)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73405.64
(+1.00)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo