Kutholakala indoda ilenga kulayini wokuneka izingubo

Johannesburg – Amaphoyisa asevule idokodo ngokufa komuntu kulandela ukutholakala kwendoda ilenga kulayini wokuneka izingubo enyakatho nePitoli.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Rebecca Phatlhane uthe lesi sigameko senzeke ngeSonto ekuseni kuPresident Steyn Street.

Uthi izakhamuzi yizo ezihlabe umkhosi emaphoyiseni, kubika iRekord Centurion.

OLUNYE UDABA: Utholwe elenga emzini wakhe owesifazane eF State

“Le ndoda ibonwe omakhelwane ilenga kulayini wokuneka izingubo emzini wayo. Bekungekho muntu omunye obesekhaya ngesikhathi sifika,” esho.

Uqhube ngokuthi amaphoyisa asazama ukuthola umndeni kamufi.

Uthe uphenyo luyaqhubeka, njengoba bengatholanga lutho olungabasiza ekuhlonzeni lo wesilisa kulo muzi.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6602 votes
It's four more years for Trump
54% - 7680 votes
Vote
ZAR/USD
16.30
(+0.20)
ZAR/GBP
21.33
(+0.52)
ZAR/EUR
19.27
(+0.48)
ZAR/AUD
11.57
(+0.31)
ZAR/JPY
0.16
(+0.21)
Gold
1905.93
(-0.80)
Silver
24.60
(-1.34)
Platinum
867.00
(-1.81)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2355.00
(-1.24)
All Share
54991.94
(-0.64)
Top 40
50508.91
(-0.78)
Financial 15
10309.92
(+1.69)
Industrial 25
74213.23
(-0.49)
Resource 10
53435.35
(-1.86)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo