Kutholakale isidumbu ngasemayini eseyavalwa

Johannesburg – Isidumbu sowesilisa, okukholakala ukuthi ubevukuza ngokungemthetho, sitholakale sisongwe ngamasaka eceleni komgwaqo eRiverlea, eduze kwemayini engasatshenziswa, ngoLwesine kuseni.

Umholi womphakathi waseRiverlea, ongafunanga ukudalulwa igama, utshele iNews24 ukuthi waziswe ngesidumbu ngezithuba zabo-06:00.

Usola ukuthi isidumbu ngesomunye wabantu abavukuza ngokungemthetho, abadume ngele Zama-Zama.

"Kuvamile ukuba bashone uma besemgodini. [Abanye abavukuzi] bayabashiya,” esho.

Umholi womphakathi uthe kungokwesibili kutholakala isidumbu sishiywe kanjena esikhathini esingangonyaka kule ndawo.

OLUNYE UDABA: Lifele ukhiye iphoyisa ebelidunwa

"Yini esingayisho? Siphelelwe ngamazwi.”

Kubukeka sengathi owesilisa ulimale kabi ekhanda, kanti kungenzeka ukuba idwala liwele kuyena.

UConstable Thumi Kraai wasemaphoyiseni enkabeni yeGoli uthe imbangela yokufa kwakhe ayikaziwa.

"Okwamanje asinalo ulwazi oluningi. Kuzocaca kahle ngokuhamba kosuku,” kusho uKraai.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 4978 votes
Yes, but social media is part of the new reality
45% - 4590 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 522 votes
Vote
USD/ZAR
14.05
-0.1%
GBP/ZAR
19.84
+0.8%
EUR/ZAR
17.05
-0.3%
AUD/ZAR
11.01
-0.4%
JPY/ZAR
0.13
-0.3%
Gold
1,836.17
+0.3%
Silver
27.31
-0.5%
Palladium
2,958.47
+1.0%
Platinum
1,250.27
-0.5%
Brent Crude
68.28
+0.3%
Top 40
62,389
-0.3%
All Share
68,377
-0.2%
Resource 10
72,112
+0.9%
Industrial 25
85,665
-1.4%
Financial 15
12,740
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo