Kutholakale umbungu emgqonyeni kadoti

Pretoria – Umbungu wengane yentombazane utholakale emgqonyeni kadoti endaweni yamabhizinisi ePretoria Gardens ngoMsombuluko emini.

Okhulumela abeNetcare 911 uNick Dollman, uthe abezimo eziphuthumayo babizelwe ngaseNetcare Moot Hospital, lapho okutholakale khona umbungu ugoqwe ngoplasitiki abamnyama.

“Kubonakala sengathi unina ubengakaziqedi izinyanga ezingu-9 ngakho-ke belingekho ithemba lokuthi ingasindiswa le ngane etholakele,” kusho uDollman etshela abeNews24.

Ngesikhathi uhlolwa lo mbungu kubonakale ukuthi bekuyingane yentombazane, kanti nenkaba ibingakanqunywa.

Lo mbungu udluliselwe emaphoyiseni aseHercules, ePitoli.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe intombazane efihle umbungu

Ngawo uMsombuluko eminie eVerulam, KwaZulu-Natal, nakhona kutholakale umbungu emgqonyeni kadoti kuTodd Street.

Onogada benkampani iReaction Unit South Africa (Rusa) bavinjwe wumuntu odayisa emgwaqeni ukuba bazolekelela ngemuva kokuthi umuntu ohlala emgwaqeni athole lo mbungu ngesikhathi ecinga ukudla emgqonyeni.

Lo mbungu utholakale unenkaba kanti kuqapheleke ukuthi ingane ibisikhule ngokuphelele.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7049 votes
It's four more years for Trump
54% - 8146 votes
Vote
ZAR/USD
16.18
(-0.09)
ZAR/GBP
21.21
(-0.07)
ZAR/EUR
19.19
(-0.20)
ZAR/AUD
11.58
(-0.28)
ZAR/JPY
0.15
(-0.23)
Gold
1910.57
(+0.31)
Silver
24.76
(+0.32)
Platinum
887.50
(+0.99)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2368.00
(+0.57)
All Share
55355.29
(+1.02)
Top 40
50789.71
(+1.02)
Financial 15
10526.44
(+1.45)
Industrial 25
74773.69
(+0.87)
Resource 10
53359.59
(+1.02)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo