Kuthungathwa abahlanu abasolwa ngawokubulala

Bloemfontein – Amaphoyisa aseBloemfontein athungatha abasolwa abahlanu abasolwa ngokubulala ezigamekweni ezimbili ezehlukele ngesonto eledlule, kusho amaphoyisa aseFree State.

Esigamekweni sokuqala kuhlaselwe umnikazi wendawo yokucima ukoma eMangaung ngoLwesihlanu, kusho owamaphoyisa uSergeant Ikobeng Hlubi.

“Babe sebedubula umnikazi wale ndawo ngemuva kokumphuca imali. Abasolwa babaleke ngeHyundai 120 emhlophe nesamba semali esingadalulwanga.”

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe umlingisi ngelokubulala unkosikazi wakhe

Isigameko sesibili senzeke ngoLwesine lapho owesilisa, 46, ehlaselwe amadoda amabili abezama ukumgqekezela umuzi wakhe.

Abasolwa banxenxe le ndoda ukuba ibanikeze imali kwathi uma inqaba bayijikijela nge-heater kaphalafini yasha kabi umzimba wonke, ngeshwa yashonela esibhedlela ngokuhamba kwesikhathi, kubika i-African News Agency.

Bonke abasolwa bagcwele amathafa kanti kucelwa onolwazi ukuba ashayele amaphoyisa aseKagisanong ku-051 403 1757.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6189 votes
It's four more years for Trump
54% - 7274 votes
Vote
ZAR/USD
16.31
(+0.75)
ZAR/GBP
21.46
(-0.67)
ZAR/EUR
19.35
(+0.57)
ZAR/AUD
11.62
(-0.14)
ZAR/JPY
0.16
(-0.05)
Gold
1924.58
(+0.76)
Silver
25.03
(+1.22)
Platinum
887.00
(+2.00)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2396.00
(+0.77)
All Share
55345.49
(+0.13)
Top 40
50905.12
(+0.11)
Financial 15
10138.60
(+1.83)
Industrial 25
74577.70
(-1.31)
Resource 10
54447.94
(+1.23)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo