Kuthungathwa abasolwa abadubule amaphoyisa

Makhado – Amaphoyisa aseLimpopo aseqalise ukuthungatha abasolwa abangu-20 ngemuva kokutshulwa kwamaphoyisa amabili esehlakalweni sokudubulana esenzeke eMakhado, eLimpopo ngoMgqibelo.

ULieutenant Colonel Moatshe Ngoepe uthe amaphoyisa aphuthume endaweni yesehlakalo ngemuva kokubikelwa ngonogada obeshaywa esitolo saseMakhado. 

“Ngesikhathi efika abasolwa ebebesezimotweni ezimbili bavulele ngenhlamvu bebhekise emaphoyiseni nawo enza okufanayo kwaze kwaba abasolwa bayazishiya izimoto, babalekela ehlathini eliseduzane ngonyawo,” kusho uNgoepe.

Uthe abasolwa babaleke endaweni yesehlakalo nesibhamu abasithathe kunogada kanye nesamba semali esingadalulwanga.

OLUNYE UDABA: Usamangele osinde engozini eyenzeke eNtuzuma

Unogada ushaywe ngemuva kokuba abasolwa bezame ukuqhumisa isisefo semali kodwa behluleka.

Amaphoyisa amabili awalimalanga kabi. 

Amaphoyisa athole ukuthi izimoto ebezihamba abasolwa bezebiwe. 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7899 votes
It's four more years for Trump
53% - 9065 votes
Vote
ZAR/USD
16.28
(-0.44)
ZAR/GBP
21.17
(-0.05)
ZAR/EUR
19.27
(-0.29)
ZAR/AUD
11.57
(-0.09)
ZAR/JPY
0.16
(-0.18)
Gold
1897.80
(-0.02)
Silver
24.17
(-1.09)
Platinum
882.00
(-1.45)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2357.22
(-0.42)
All Share
55201.75
(-0.25)
Top 40
50544.82
(-0.29)
Financial 15
10734.67
(-0.52)
Industrial 25
74662.93
(-0.32)
Resource 10
52483.98
(-0.15)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo