Kuthungathwa amadoda abulale 3 ngasesibhedlela eMlazi

Durban - Amadoda amane abezimboze ubuso, avulele ngenhlamvu emotweni ebime ngaphandle kwesibhedlela iPrince Mshiyeni eMlazi inabantu abane phakathi ngoLwesine asagcwele amathafa, kusho amaphoyisa.

Kushone abantu abathathu abebephakathi kule moto kanti oyedwa ulimale emqaleni.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa abasolwa ngokugqekeza eMlazi

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane uthe amaphoyisa ayaphenya, azama ukubheka ukuba lesi sigameko sihlobene nodlame lwamatekisi.

“Sisathungatha abasolwa abane ababandakanyeka kulesi sigameko, kubika iNewswatch.

“Imbangela esigameko sokudubula ayaziwa kanti futhi akucaci noma sihlobene nodlalme lwemboni yamatekisi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4977 votes
It's four more years for Trump
54% - 5883 votes
Vote
ZAR/USD
16.50
(+0.04)
ZAR/GBP
21.40
(-0.05)
ZAR/EUR
19.45
(-0.06)
ZAR/AUD
11.62
(+0.26)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1902.37
(-0.01)
Silver
24.41
(+4.41)
Platinum
854.17
(+0.10)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2338.96
(+0.80)
All Share
55012.73
(-0.27)
Top 40
50575.73
(-0.33)
Financial 15
9946.26
(-0.32)
Industrial 25
75420.37
(+0.88)
Resource 10
53242.84
(-1.64)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo