Kuthungathwa ezeqe ejele ngempelasonto

Cape Town - Kweqe iziboshwa ezinhlanu esitokisini sesiteshi samaphoyisa aseLentegeur eMitchell's Plain ngoMgqibelo, kusho amaphoyisa aseWestern Cape ngeSonto.

Lezi ziboshwa bezilinde ukuvela enkantolo okokuqala zeqe ngezithuba zabo-12:30, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain FC van Wyk.

OLUNYE UDABA: Kweqe iziboshwa eziyisithupha esitokisini eGoli

"Amadoda eqile abalelwa emanyakeni ephakathi kwengu-21 nengu-33 ubudala abegcinwe esitokisini ngamacala ahlukene okubalwa kuwo elokutholakala nezidakamizwa ukuphanga kuhlonyiwe, ukuphanga kwamabhizinisi nokweba izimoto," usho njalo.

"Njengamanje kunethimba elikhethekile elithungatha abasolwa kanye namaphoyisa ophiko lwe-SAPS.

UVan Wyk akazange anabe ngokuthi zeqe kanjani lezi ziboshwa, wathi kuzoba yingxenye yophenyo.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 110 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 197 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 517 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo