Kuthungathwa indoda eyadlwengula umshayeli eGoli

Johannesburg - Amaphoyisa aseGauteng athungatha indoda esolwa ngokuhlasela iphinde idlwengule owesifazane endaweni yaseRuimsig, eRandburg.

Kukholakala ukuthi lo wesifazane ubeshayela kule ndawo ngoLwesine ngesikhathi ehlaselwa yile ndoda, yamdlwengulela ehlathini eliseduze.

Akwaziwa ukuthi le ndoda yenze njani ukukhipha isisulu emotweni isifake ehlathini.

OLUNYE UDABA: 'Ngikuthokozelile ukudlwengulwa yisimomondiya'

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Apple Ernst uthe ngeSonto lo wesifazane wayethukile ngemuva kwesigameko.

Imizamo yokuthola indoda yenziwa kubalwa nokwenza isithombe sayo.

Amaphoyisa anxusa umphakathi ukuba onolwazi ahxumane namaphoyisa ukuze izoboshwa le ndoda.

U-Ernst uphinde wathi kukholakala ukuthi iminyaka yale ndoda iphakathi kwengu-20 nengu-30 ubudala, kubika iThe Star.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7099 votes
It's four more years for Trump
54% - 8180 votes
Vote
ZAR/USD
16.22
(-0.33)
ZAR/GBP
21.21
(-0.07)
ZAR/EUR
19.22
(-0.38)
ZAR/AUD
11.60
(-0.43)
ZAR/JPY
0.16
(-0.37)
Gold
1910.02
(+0.28)
Silver
24.73
(+0.21)
Platinum
889.00
(+0.96)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2369.00
(+0.58)
All Share
55407.79
(+1.12)
Top 40
50837.68
(+1.12)
Financial 15
10535.63
(+1.54)
Industrial 25
74866.06
(+0.99)
Resource 10
53390.17
(+1.08)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo